Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izilonda zami ziyanuka, zichicha ubovu ngenxa yobuwula bami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Izilonda zami zichicha ubomvu, ziyanuka, ngenxa yobuwula bami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Amanxeba ami ayanuka, awonakele ngenxa yobuwula bami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:5
8 Referans Kwoze  

Ibhalisamu* alikho kwaGileyadi na? Inyanga ayikho lapho na? Pho, ayipheleliswa ngani impilo yendodakazi yabantu bami na?


Nkulunkulu, wena uyabazi ubuwula bami, nezono zami azifihlakele kuwe.


Ngokuba ukhalo lwami lutshutshumba kakhulu; akukho ukuphila enyameni yami.


Kwathi ngithule, amathambo ami aguga ngokububula kwami usuku lonke.


ngathi: “Nkulunkulu wami, nginamahloni, ngiyakhophoza ukuba ngiphakamisele ubuso bami kuwe Nkulunkulu wami, ngokuba izono zethu zandile ngaphezu kwamakhanda ethu, namacala ethu akhulile kuze kube sezulwini.


Makuthandeke kuwe Jehova ukuba ungikhulule; Jehova, mawuphuthume ungisize.


Ubusisiwe omkhethayo wena, omsondezayo ukuba ahlale emagcekeni akho; siyakusutha ngokuhle kwendlu yakho, ithempeli lakho elingcwele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite