Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Akukho ukuphila enyameni yami ngenxa yentukuthelo yakho; akukho ukuthula emathanjeni ami ngenxa yesono sami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Akukho ukuphila emzimbeni wami, ngenxa yentukuthelo yakho; amathambo ami awanampilo, ngenxa yesono sami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Akukho ukuphila enyameni yami ngenxa yentukuthelo yakho; akukho ukuphumula emathanjeni ami ngenxa yesono sami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:3
13 Referans Kwoze  

Yiba nomusa kimi, Jehova, ngokuba ngidangele; ngiphilise, Jehova, ngokuba amathambo ami ayathuthumela,


Ngizwise intokozo nenjabulo, ukuze ethabe amathambo owachobozileyo.


Ngenxa yezwi lokububula kwami amathambo ami anamathele enyameni yami.


Ngokuba izinsuku zami ziphelile njengomusi; amathambo ashile njengezinkuni.


Wayesethukuthela u-Uziya; wayenomcengezi womlilo esandleni sakhe ukuba ashise impepho; esabathukuthelele abapristi, kwaqhamuka uchoko ebunzini lakhe phambi kwabapristi endlini kaJehova eceleni kwe-altare lempepho.


Ngokuba imicibisholo kaSomandla ikimi; isihlungu sayo siphuzwa ngumoya wami; izesabiso zikaNkulunkulu ziyangehlela.


Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela*


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite