Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Mina kodwa nginjengesithulu, angizwa; nginjengesimungulu esingavuli umlomo waso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kepha mina nginjengesithulu, angizwa, nginjengesimungulu esingakwazi ukukhuluma.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kodwa mina, njengesithulu, angizwanga; futhi nganginjengesimungulu esingawuvuli umlomo waso.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:13
6 Referans Kwoze  

Yacindezelwa, kepha noma yathotshiswa, ayivulanga umlomo wayo; njengewundlu eliyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu ethule phambi kwabagundi bayo, ayiwuvulanga umlomo wayo.


Ngiyathula, angivuli umlomo wami; ngokuba nguwe okwenzileyo.


Ngabindela impela, ngathula nakukho okuhle; kwavuswa ubuhlungu bami.


owathi ethukwa, akaphindisanga athuke; ehlushwa akasongelanga kepha wakunikela kuye owahlulela ngokulunga;


Ababi bangibekele ugibe, kepha angiduki eziyalezweni zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite