Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Abathandekayo bami nabahlobo bami bemi kude nokuhlupheka kwami; abakwethu bemi kude laphaya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Abangani nezihlobo zami bangihlubukile ngenxa yokuhlupheka engikukho, omakhelwane bami bahambela kude nami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Izithandwa zami nabangane bami bami kude nokulimala kwami; abafowethu bamela khatshana.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:11
12 Referans Kwoze  

Ngenxa yezitha zami zonke sengaba yisihlamba, ikakhulu kubakhelwane bami ngaba ngobesabisayo abangane bami; abangibona endleleni bayangibalekela.


Bonke abazana naye nabesifazane ababemlandela bevela eGalile bema kude, bebuka lezo zinto.


Isihlobo nomngane ubaxoshele kude; ubumnyama bungumhlobo wami.


Bhekani, isikhathi siyeza, yebo, sesifikile sokuba nihlakazeke, yilowo nalowo aye kokwakhe, ningishiye ngingedwa; nokho angingedwa, lokhu uBaba unami.


Base bembamba, bamuka naye, bamusa endlini yompristi omkhulu. UPetru walandela ekude.


Kepha konke lokho kwenzekile ukuba kugcwaliseke imibhalo yabaprofethi.” Khona bonke abafundi bamshiya, babaleka.


Kepha yazithwala izifo zethu, yabetshatha ubuhlungu bethu, kodwa thina sathi ijezisiwe, ishaywe nguNkulunkulu, ihlushiwe.


Yasuswa ekucindezelweni nasekwahlulelweni; ngubani esizukulwaneni sayo owacabanga ukuthi yahlwithwa ezweni labaphilayo, ishaywa ngesiphambeko sabantu bami, na?


Ngokuba izinja ziyangibungayela; umbonda wababi ungizungezile; izandla zami nezinyawo zami bazibhobozile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite