Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Inhliziyo yami iyagquma kakhulu; amandla ami angishiyile, ngisho nokukhanya kwamehlo ami akusekho kimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Inhliziyo yami ishaya ngamandla, umzimba ushona phansi, kunqundeke amehlo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Inhliziyo yami iyalangazelela, amandla ami ayaphela; ukukhanya kwamehlo ami nakho kuphelile kimi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:10
12 Referans Kwoze  

Iso lami liyafiphala ngokudabuka; liyaguga ngenxa yezitha zami zonke.


Iso lami liyafa ngosizi; ngikhala kuwe Jehova imihla yonke, ngizelulela izandla zami kuwe.


Ngikhathele ukukhala kwami, umphimbo wami ushile; amehlo ami ayafiphala ekulindeleni uNkulunkulu wami.


Amehlo ami ayaphela izinyembezi, izibilini zami ziyaxhaphazela; isibindi sami sithululelwe emhlabathini ngenxa yokuchitheka kwendodakazi yabantu bami, ngokuba izingane nabancelayo bayadangala ezigcawini zomuzi.


Ngadukelwa yingqondo, ngashaywa luvalo; ukuhwelela engakulangazelela kwaphenduka ukuthuthumela kimi.


Amehlo ami ayalangazelela insindiso yakho nezwi lokulunga kwakho.


Njengendluzele ilangazelela amanzi emifula, kanjalo umphefumulo wami ulangazelela wena Nkulunkulu.


Ngokuba ukuphila kwami kuphelela osizini, neminyaka yami ekububuleni; amandla ami aphelile ngokona kwami, namathambo ami ancunzekile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite