Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 37:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Pheza ukuthukuthela; yeka ulaka, ungakhathazeki; kubanga ukona nje.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Deda entukuthelweni, uyeke ulaka, ungakhathazeki, lokho kuholela ebubini nje.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Yeka ukuthukuthela, ushiye ukuthukuthela; ungathukutheli nganoma iyiphi indlela ukwenza okubi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 37:8
18 Referans Kwoze  

Owephuza ukuthukuthela unokuqonda okuningi, kepha isififane siyaphakamisa ubuwula.


Owephuza ukuthukuthela muhle kuneqhawe, nobusa umoya wakhe kunonqoba umuzi.


Konke okubabayo, nentukuthelo, nolaka, nomsindo, nokuhlambalaza makususwe kini kanye nakho konke okubi.


Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele.


kepha kalokhu nani manilahle konke lokho, ulaka, nokuthukuthela, nobubi, nokuhlambalaza, nokukhuluma amahlazo aphuma emlonyeni wenu;


Ngokuba isiwula siyabulawa ngukukhathazeka, nomhawu uyachitha oyisiphukuphuku.


Kepha lokho kwaba kubi kakhulu kuJona, wathukuthela.


Wayesethi uNkulunkulu kuJona: “Wenza kahle ngokuthukuthela ngenxa yomhlakuva na?” Wathi: “Ngenza kahle ngokuthukuthela kuze kube sekufeni.”


Wena ozidwengula olakeni lwakho, umhlaba uyakushiywa ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo, na?


Uma bengithe, ngizakukhuluma kanjalo, bheka, ngabe ngisikhohlisile isizukulwane sabantwana bakho.


Mina-ke ngithe ovalweni lwami: Ngixoshiwe emehlweni akho; nokho walizwa izwi lokunxusa kwami ekukhaleni kwami kuwe.


Ngathi osizini lwami: “Bonke abantu banamanga.”


UFaro wathi kuye: “Uswele ntoni lapha kimi ukuba ufune ukuya ezweni lakini na?” Wathi: “Lutho, kepha mangivunyelwe impela ukuba ngihambe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite