Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 37:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kuse ngumzuzwana, omubi angabe esabakho; kuyakuthi lapho uhlola indawo yakhe, uyakube engasekho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kusazothatha isikhashana engabe esababikho omubi, uyothi lapho uhlola indawo abe kuyo, ungamfumani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 37:10
25 Referans Kwoze  

Bayaphakanyiswa; emva kwesikhashana abasekho; bayaphela njengabanye, bafe; babuna njengezihloko zezikhwebu.


Kepha ukuphela kwezinto zonke sekusondele. Ngakho zikhuzeni, nizithibe, ukuze nikhuleke;


Ngokuba umoya uyadlula phezu kwayo, bese yinyamalala, nendawo yayo ingabe isayazi.


Ngakho-ke uNkulunkulu uyakukubhidliza kuze kube phakade; uyakukubamba, akukhiphe etendeni lakho, akusiphule ezweni labaphilayo. Sela*


Kasayikubuyela endlini yakhe; indawo yakhe ayisayikumazi.


Qha, uyakubona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa nokuthi isiwula kanye nesiphukuphuku ziyabhubha, imfuyo yabo bayishiyele abanye.


Kepha umuntu ofileyo uphelile; umuntu ogqabukileyo uphi na?


Base bemphanyeka-ke uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Yayisibohla intukuthelo yenkosi.


Awuthetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami, na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini; uyakungifunisisa, kepha angiyikubakho.”


Wayesethi kuBidikari, induna yakhe: “Mthathe, umntshinge esiqeshini sezwe likaNaboti waseJizreyeli, ngokuba khumbula ukuthi, lapho mina nawe sasigibela sobabili emva kuka-Ahabi uyise, uJehova wamthwesa lolu daba


ukuthi ukujabula kwababi kufushane, nokuthokoza kwabangenaNkulunkulu kungokokuphazima kweso nje, na?


Indlu yababi iyachithwa, kepha itende labaqotho liyahluma.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite