Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 33:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Yethabani kuJehova nina balungileyo; ukudumisa kubafanele abaqotho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Yethabani kuSimakade nina abalungileyo. Ukudumisa kubafanele abaqotho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Jabulani kuJehova nina balungileyo, ngokuba indumiso imnandi kwabaqotho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 33:1
12 Referans Kwoze  

Jabulani kuJehova, nethabe nina balungileyo, nethabe nina nonke baqotho ngenhliziyo.


Thokozani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: Thokozani!


Haleluya! Ngokuba kuhle ukuhlabelela kuNkulunkulu wethu, yebo, kumnandi; ukudumisa kufanele.


Izwi lokwethaba nelokusindiswa lisezindlini zabalungileyo; esokunene sikaJehova senza okwamandla.


Jabulani kuJehova nina balungileyo, nibonge igama lakhe elingcwele.


Umhlatshelo wababi uyisinengiso kuJehova, kepha umkhuleko wabaqotho uyintokozo yakhe.


Dumisani uJehova, ngokuba uJehova muhle; hubelani igama lakhe, ngokuba limnandi.


njengokuba kulotshiwe ukuthi: “Akakho olungileyo, akakho noyedwa;


ngokuba njengalokho ngokungalaleli kwamuntu munye abaningi benziwa izoni, kanjalo ngokulalela kwamuntu munye abaningi bayakwenziwa abalungileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite