Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 32:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ningabi njengehhashi nembongolo engenangqondo; umkhala netomu yimvunulo yayo yokuyiqondisa, uma ingasondeli kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ungafani nehhashi nomnyuzi okungenakuqonda, okukhalinywa ngetomu nomkhala ukuze kuhambe kuqonde, kungenjalo akuyukuwulalela umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ningabi njengehhashi noma njengomnyuzi ongenangqondo; abamlomo wabo umelwe ukuboshwa ngokuluma namatomu, funa beze kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 32:9
9 Referans Kwoze  

Isiswebhu singesehhashi, netomu lingelembongolo, noswazi lungolomhlane weziwula.


“Yebo, abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana abayiziphukuphuku, abanakuqonda; bahlakaniphele ukwenza okubi, kepha ukwenza okuhle kabakwazi.”


osifundisa phezu kwezilwane zomhlaba, asenze sihlakaniphe phezu kwezinyoni zezulu.’


Uma-ke sifaka amatomu emilonyeni yamahashi ukuba asilalele, siqondisa nomzimba wonke wawo.


“Ngimzwile nokumuzwa u-Efrayimi ezidabukela, ethi: ‘Ungishayile, ngashaywa njengethole elingajwayele ijoka; ngibuyise ukuba ngibuye, ngokuba wena unguJehova uNkulunkulu wami.


Bakhululile imichilo yabo, bangithobisa; balahlile itomu phambi kwami.


Ngubani ongakhumula isambatho sakhe esingaphandle; ngubani ongangena phakathi kwemihlathi yakhe emibili na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite