Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 32:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Isandla sakho sangicindezela kanzima ubusuku nemini, ngaphelelwa ngamandla, kwangathi ngihlaselwe wumoya weshisandlu. Sela

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami; umswakama wami waphenduka ukoma kwasehlobo. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 32:4
15 Referans Kwoze  

Bathuma babutha onke amakhosi amaFilisti, bathi: “Wususeni umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli, ubuyele endlini yawo, ukuba ungasibulali thina nabantu bakithi,” ngokuba kwakukhona ukungquzuka okokufa emzini wonke; isandla sikaNkulunkulu sasinzima kakhulu khona.


Amandla ami omile njengodengezi; ulimi lwami lunamathela olwangeni lwami; ungibeka othulini lokufa.


Bheka, ingebhe ngami ayiyikukugebhezisa, nesandla sami esiphezu kwakho asiyikukusinda.


Isikhumba sethu siyasha njengeziko ngokushisa kwendlala.


Ubuso babo sebumnyama kunelahle, abaziwa ezitaladini. Isikhumba sabo sinamathela emathanjeni abo, sishwabene, saba njengomuthi.


Isikhumba sami simnyama, siyebuza kimi; amathambo ami ashile ngokushisa.


ukuba amphikele umuntu kuNkulunkulu nendodana yomuntu kumakhelwane wayo.


Anobona, uma yenyuka ngendlela yasemkhawulweni wayo ukuya eBeti Shemeshi, nguye osenzele lobo bubi obukhulu; kepha uma kungenjalo, siyakwazi ukuthi akusiso isandla sakhe esisishayileyo; sehlelwa ingozi nje.”


Kwathi sebewususele khona, isandla sikaJehova sasiphezu kwalowo muzi ngokungquzula okukhulu, wabulala abantu bomuzi abancane nabakhulu; kwaqhamuka amathumba kubo.


beningawahlalela aze abe ngakhulileyo na? Beniyakuzivimbela ningabi namadoda na? Hhayi, madodakazi ami, kumunyu kimi ngenxa yenu, ngokuba isandla sikaJehova siphumele kimi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite