AmaHubo 31:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ngizakwethaba, ngijabule ngomusa wakho, ngokuba ukubonile ukuhlupheka kwami, wazinaka izinsizi zomphefumulo wami; Gade chapit laIsiZulu 20207 Ngizokwethaba ngijabule ngomusa wakho, ngokuba ukubonile ukuhlupheka kwami, wazinaka izinsizi zomphefumulo wami; Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20247 Ngiyakujabula, ngethabe ngomusa wakho, ngokuba ukubonile usizi lwami; Uwazi umphefumulo wami ekuhluphekeni; Gade chapit la |
“Ngalokho, Nkulunkulu wethu, Nkulunkulu omkhulu onamandla owesabekayo, ogcina isivumelwano nomusa, yonke le nkathazo mayingabi ncane ebusweni bakho esificile thina, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, nabapristi bethu, nabaprofethi bethu, nawobaba, nabo bonke abantu bakho, kusukela esikhathini samakhosi ase-Asiriya kuze kube namuhla.