Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 31:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngiyabazonda abakhonza onkulunkulu abayize, kepha mina ngithemba uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngiyabazonda labo abakhonza onkulunkulu abayize, kodwa mina ngethembele kuSimakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngabazonda abalalela okuyize, kodwa ngethemba uJehova.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 31:6
13 Referans Kwoze  

“Abagcina okungumoya nokuyize nje bashiya Othembekile kubo.


Yilowo onezandla ezingenacala nenhliziyo ehlanzekileyo, ongaphenduleli umphefumulo wakhe emangeni nongafungi ngenkohliso.


Kodwa ngithi: Lokho okuhlatshwa ngabezizwe bakuhlabela amademoni, kabakuhlabeli uNkulunkulu. Kepha angithandi ukuba nibe nenhlanganyelo namademoni.


Ngakho-ke maqondana nokudla okuhlatshelwe izithombe siyazi ukuthi asikho isithombe ezweni nokuthi akakho omunye uNkulunkulu, munye kuphela.


Ziyize, umsebenzi wenkohliso; ngesikhathi sokuhanjelwa kwabo ziyakubhubha.


Bayiziphukuphuku, bayiziwula bonke; ngukulaya kwezithombe; kungumuthi nje,


Ngiyawuzonda umhlangano wabenza okubi, angihlali nababi.


ngokuba kuthe bemazi uNkulunkulu, kabamdumisanga, kabambonganga njengoNkulunkulu, kodwa balutheka ekuzindleni kwabo; inhliziyo yabo engaqondiyo yaba mnyama.


Wayesethi kuzo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla;” zayisa-ke.


Uyakwazi ukuhlala kwami nokuvuka kwami, uqonda umcabango wami ukude.


uthuli lubuyele emhlabathini, njengokuba lwalunjalo, umoya ubuyele kuNkulunkulu owawunikayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite