Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 3:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngalala phansi, ngazunywa ngubuthongo; ngavuka, ngokuba uJehova ungiphasile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngabeka uhlangothi phansi, ngazunywa ngubuthongo; ngavuka, ngokuba uSimakade ungisekele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngalala phansi, ngazumeka; Ngivukile; ngoba iNkosi ingiphasile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 3:5
11 Referans Kwoze  

Ngizakucambalala ngokuthula, ngilale ubuthongo, ngokuba wena Jehova wedwa ungihlalisa ngokulondeka.


Lapho ulala phansi, awuyikwesaba lutho; nanxa usulale phansi, ubuthongo bakho buyakuba mnandi.


Inhliziyo eqinileyo uyayilinda ngokuthula okupheleleyo, ngokuba yethemba kuwe.


“ ‘Ngiyakunika ukuthula ezweni, nilale phansi ningesatshiswa muntu; ngiyakuqothula izilwane ezimbi ezweni, nenkemba ayiyikudabula ezweni lakini.


Igama likaJehova lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.


Kuyize kini ukuba nivuke ekuseni, nephuze ukuphumula, nidle isinkwa sezinhlupheko, ngokuba uyamupha othandiweyo wakhe esalele.


Ekumesabeni uJehova kukhona ithemba elinamandla; abantwana bakhe bayakuba nesiphephelo.


ogcina umphefumulo wethu ekuphileni, engaluvumeli unyawo lwethu lushelele.


Kwathi mhla uHerode ebezakumphumisa, ngalobo busuku uPetru wayelele phakathi kwamabutho amabili, eboshiwe ngamaketanga amabili, nabalindi phambi komnyango begcina itilongo.


Babheka kuye phezulu, bakhanya; ubuso babo abusoze bajabha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite