Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 27:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ekusondeleni kwababi ukuba badle inyama yami abamelene nami nezitha zami bayakhubeka, bawe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Lapho abenzi bokubi besondela kimi ukuba bangisoconge, abamelene nami nezitha zami bayokhubeka, baqumbeke phansi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Lapho ababi, yebo, izitha zami nezitha zami, befika phezu kwami ukuba badle inyama yami, bakhubeka bawa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 27:2
13 Referans Kwoze  

Abaningi phakathi kwabo bayakukhubeka, bawe, baphuke, bacushwe, babanjwe.”


Bayangibunganyela njengezinyosi, bacimeka njengomlilo wameva; egameni likaJehova ngiyakubachitha.


Abaqondi lutho yini bonke abenza okubi, abadla abantu bami, njengokuba bedla isinkwa, bangakhuleki kuJehova, na?


ngokuba izitha zami zibuyela emuva, ziwa, zibhubha ebusweni bakho,


Vuka, Jehova, ungisindise, Nkulunkulu wami, ngokuba zonke izitha zami uzishayile emhlathini, amazinyo ababi uwaphulile.


Ningizingelelani njengoNkulunkulu, ningasuthi ngenyama yami na?


Ngokuba izinja ziyangibungayela; umbonda wababi ungizungezile; izandla zami nezinyawo zami bazibhobozile.


Izintambo zokufa zangizungelezela, izikhukhula zokona zangethusa.


uma abantu betende lami bengashongo ukuthi: ‘Ngubani ongathola umuntu ongasuthanga ngenyama yakhe na?’ –


Abanakwazi yini abenza okubi, abadla abantu bami njengalokhu bedla isinkwa, bengakhuleki kuNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite