Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 26:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ungamukisi umphefumulo wami kanye nezoni nokuphila kwami kanye nabantu begazi

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ungangilahli kanye nezoni, nomphefumulo wami kanye nabantu abalambele igazi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ungabutheli umphefumulo wami nezoni, nokuphila kwami nabantu begazi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 26:9
14 Referans Kwoze  

Sengathi ungabulala ababi, Nkulunkulu; ngalokho sukani kimi nina bantu begazi.


“Laba bayakumuka, baye ekujezisweni okuphakade, kodwa abalungileyo baye ekuphileni okuphakade.”


“Khona bayakuphendula nabo, bathi: ‘Nkosi, sakubona nini ulambile, noma womile, noma ungumfokazi, noma uhamba ze, noma ugula, noma usetilongweni, singakukhonzanga, na?’


kuzakubuthelwa phambi kwayo izizwe zonke, ibahlukanise abanye kwabanye, njengomalusi ahlukanisa izimvu nezimbuzi,


iyinqamule kabili, iyimisele isabelo sayo kanye nabazenzisi; kuyakuba khona lapho ukukhala nokugedla amazinyo.


Bese nibuya, nahlukanise abalungileyo nababi, abamkhonza uNkulunkulu nabangamkhonziyo.


Wena Nkulunkulu uyakubaphonsa egodini lokubhubhisa; abantu begazi nenkohliso abayikufinyelela nasenxenyeni yezinsuku zabo; kepha mina ngizakwethemba wena.


Ngikhulule ecaleni legazi, Nkulunkulu, Nkulunkulu wensindiso yami. Khona ulimi lwami luyakuhubela ukulunga kwakho.


Kwaba khona indlala ezinsukwini zikaDavide iminyaka emithathu ngokulandelana; uDavide wafuna ubuso bukaJehova. UJehova wathi: “Kungenxa kaSawule nangenxa yendlu yakhe yegazi, ngokuba wabulala abaseGibeyoni.”


UShimeyi washo kanje ekuthukeni kwakhe, wathi: “Suka, suka wena muntu wegazi, muntu omubi!


Noma kusukuma umuntu ukukuxosha nokufuna ukuphila kwakho, umphefumulo wenkosi yami uyakube uboshiwe emshuqulwini wabaphilayo kuJehova uNkulunkulu wakho; imiphefumulo yezitha zakho uyakuyijikijela kungathi iphakathi kwendwayimana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite