Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 25:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ukulunga nobuqotho makungilondoloze, ngokuba ngilindele wena.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ukulunga nobuqotho makungilondoloze, ngokuba ngethembele kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ubuqotho nobuqotho makungilonde; ngoba ngilinde wena

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 25:21
12 Referans Kwoze  

Ukuphelela kwabaqotho kuyabahola, kepha ukuphambanisa kwabambuluzayo kuyabachitha.


Mina uyangimisa ebuqothweni bami; uyangibeka phambi kobuso bakho kuze kube phakade.


Kulokhu nami ngiyazama ukuba njalo ngibe nonembeza ongenacala phambi kukaNkulunkulu nabantu.


Kepha mina ngihamba ekulungeni kwami; ngihlenge, ube nomusa kimi.


Ngahlulele, Jehova, ngokuba ngihamba ekulungeni kwami; ngithemba uJehova, angiyikuntenga.


Olungileyo ohamba ekupheleleni kwakhe, babusisiwe abantwana bakhe emva kwakhe.


UJehova uyahlulela izizwe; ngahlulele, Jehova, ngokulunga kwami nangobuqotho bami obukimi.


UNkulunkulu uthumile ingelosi yakhe, wavimba imilomo yezingonyama, azingilimazanga, ngokuba kwafunyanwa kimi ukungabi nacala phambi kwakhe; naphambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.”


UJehova uyakuphindisela, kube yilowo nalowo ngokulunga kwakhe nangokuthembeka kwakhe, lokhu uJehova ekunikele esandleni sami namuhla, angavuma ukwelulela isandla sami kogcotshiweyo kaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite