Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 24:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Yilesi esiyisizukulwane sabamfunayo; bona abasinga ubuso bakho bangabantwana bakaJakobe. Sela*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Yilesi isizululwane salabo abamfunayo, labo abafuna ubuso bukaNkulunkulu kaJakobe. Sela

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Lesi yisizukulwane sabamfunayo, abafuna ubuso bakho, Jakobe. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 24:6
8 Referans Kwoze  

Kuwena othi: “Funani ubuso bami,” inhliziyo yami ithi: “Ubuso bakho, Jehova, ngiyabufuna.”


Funani uJehova namandla akhe, nifunisise ubuso bakhe njalo.


Ngalokho kuya ngokukholwa ukuba kube ngokomusa, ukuze isithembiso siqiniseke enzalweni yonke, kungabi kweyomthetho yodwa kodwa nakuleyo engeyokukholwa kuka-Abrahama ongubaba wethu sonke,


Inzalo iyakumkhonza; isizukulwane esizayo siyakulandiswa ngayo iNkosi.


kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo, ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


UJesu wabona uNathanayeli eza kuye, wathi ngaye: “Bheka, umIsrayeli uqobo okungekho nkohliso kuye.”


Nokho uJehova wathanda ukuyishaya ngezifo; lapho wenza umphefumulo wayo ube ngumnikelo wecala, iyakubona inzalo yayo, yenze izinsuku zayo zibe ziningi, nentando kaJehova iyakuphumelela esandleni sayo.


Uma bengithe, ngizakukhuluma kanjalo, bheka, ngabe ngisikhohlisile isizukulwane sabantwana bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite