Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bonke abangibonayo bayangiklolodela, baphukule imilomo, banikine amakhanda,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Bonke abangibonayo bayangibhinqa, banginkonkozele, banikine amakhanda,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bonke abangibonayo bayangihleka; bakhiphe izindebe zabo, banikine amakhanda bathi:

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:7
22 Referans Kwoze  

Abadlulayo bamhlambalaza benikina amakhanda abo, bathi: “Eya wena odiliza ithempeli, ubuye ulakhe ngezinsuku ezintathu;


Futhi ngaba yisihlamba kubona; bengibheka banikina amakhanda abo.


Kepha uHerode namabutho akhe bameyisa, bambhinqa, baze bamembathisa ingubo ecwebezelayo, bambuyisela kuPilatu.


Esembhinqile amhlubula ingubo ebubende, amembathisa izingubo zakhe. Ayesephuma naye ukuba ambethele esiphambanweni.


aluka umqhele wameva, awufaka ekhanda lakhe, nomhlanga esandleni sakhe sokunene, aguqa ngamadolo phambi kwakhe, ambhinqa athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!”


Usenza isaga kwabezizwe, banikine ikhanda phakathi kwabantu.


AbaFarisi ababethanda imali bakuzwa konke lokho, bamklolodela.


wathi kubo: “Dedani, ngokuba intombazana ayifile, kodwa ilele.” Bamhleka usulu.


Nidlala nobani, nikhamisela bani umlomo, ninyalizela bani, na? Anisibo abantwana beziphambeko, inzalo yamanga yini,


Yayideleliwe, yashiywa ngabantu, umuntu wobuhlungu owazi ukugula; yeyiswa injengosithezelwa ubuso ngabantu, asiyishayanga nto yalutho.


Mazithuliswe izindebe zamanga ezijivaza olungileyo ngokuzidla nangokweyisa.


Bangikhamisela imilomo yabo, bangimukula esihlathini ngenhlamba, bangihlanganyela.


Nami ngingakhuluma njengani; uma imiphefumulo yenu ibisesikhundleni somphefumulo wami, bengiyakuhlanganisa amazwi ngani, ngininikinele ikhanda lami.


Ngiyisigcono somngane wami, ngowambiza uNkulunkulu, waphendula; olungileyo nongenasici uyisigcono.


Usho kanje uJehova, uMhlengi ka-Israyeli noNgcwele wakhe, kodelelwa nokudelelwa noyisinengiso esizweni, koyinceku yababusi, uthi: “Amakhosi ayakubona, asukume, izikhulu zibone, zikhothame ngenxa kaJehova othembekile, oNgcwele ka-Israyeli okukhethileyo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite