Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha wena ungoNgcwele ohlezi ezibongweni zika-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kepha Wena ungoNgcwele, uhlezi ezibongweni zika-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kodwa wena ungcwele, wena ohlala ezibongweni zikaIsrayeli.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:3
11 Referans Kwoze  

Onikela ngomnikelo wokubonga uyangidumisa; oqaphela indlela yakhe ngiyakumbonisa insindiso kaNkulunkulu.”


Uludumo lwakho, unguNkulunkulu wakho okwenzele lezi zinto ezinkulu nezesabekayo azibonileyo amehlo akho.


Elinye lamemeza kwelinye, lathi: “Ungcwele, ungcwele, ungcwele uJehova Sebawoti, wonke umhlaba ugcwele inkazimulo yakhe.”


Nezidalwa ezine, yileso naleso kuzo, zinamaphiko ayisithupha; emaceleni onke nangaphakathi zigcwele amehlo; kazikhawuli imini nobusuku ukuthi: “Ingcwele, ingcwele, ingcwele, iNkosi uNkulunkulu uMninimandla onke, owayekhona nokhona nozayo.”


Mphakamiseni uJehova uNkulunkulu wethu, nikhuleke ngasentabeni yakhe engcwele, ngokuba ungcwele uJehova uNkulunkulu wethu.


Udumiso luhlalela wena Nkulunkulu eSiyoni, nesithembiso siyakugcwaliswa kuwe.


UJehova ulungile ezindleleni zakhe zonke, unomusa emisebenzini yakhe yonke.


Bheka, ngikhala ngithi: ‘Ngubudlova!’ Kepha angiphendulwa; ngicela ukusizwa, kodwa akukho ukwahlulelwa.


“Ngikhala kuwe, kepha awungiphenduli; ngimi lapha, uyangibuka nje.


Umkhuleko wami mawufike ebusweni bakho, indlebe yakho uyibeke ekunxuseni kwami.


Ngiyakukuncenga kuze kube nini, Jehova, ungezwa, ngikhala ngendluzula, ungasindisi, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite