Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Bonke abacebileyo bomhlaba bayakudla, bakhuleke; bonke abehlela othulini bayakukhothama phambi kwakhe, naye ongenakugcina umphefumulo wakhe ekuphileni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Bonke abomhlaba abacebileyo bayokudla, badumise, nalabo asebewuthuli othulini, bayokhothama phambi kwakhe, ngisho nalowo ongenakuwugcina umphefumulo wakhe uphilile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Bonke abakhulupheleyo emhlabeni bayakudla, bakhuleke; bonke abehlela othulini bayakukhothama phambi kwakhe; futhi akekho ongagcina umphefumulo wakhe uphila.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:29
20 Referans Kwoze  

ukuze kuthi ngegama likaJesu amadolo onke aguqe, awabasezulwini, nawabasemhlabeni, nawabangaphansi komhlaba,


Indodakazi yaseTire, yebo, nabacebileyo babantu bancenga umusa wakho ngesipho.


Kepha abafileyo bakho bayakubuye baphile, izidumbu zabo zivuke. Phaphamani, nijabule nina enihlala othulini, ngokuba amazolo akho angamazolo okukhanya, nomhlaba uyakubakhipha abafileyo.


Uyavusa odingayo othulini, aphakamise ompofu ezaleni,


Ngizifungile mina, kuphumile izwi emlonyeni wami ngokulunga, aliyikubuya, lokuthi: Kimina ayakuguqa onke amadolo, nezilimi zonke ziyakufunga.


Izizwe ziyakuhamba ekukhanyeni kwawo, namakhosi omhlaba aletha kuwo ubukhosi bawo;


Okholwa yiNdodana unokuphila okuphakade; kepha ongakholwa yiNdodana kayikubona ukuphila, kodwa intukuthelo kaNkulunkulu ihlezi phezu kwakhe.”


“Ngukuchithwa kwakho, Israyeli, ngokuba uphambene nami, usizo lwakho.


Uyakuncela ubisi lwezizwe, uncele namabele amakhosi; uyakwazi ukuthi mina Jehova nginguMsindisi wakho, noMhlengi wakho, uMninimandla kaJakobe.


Uyakubhidlizelwa phansi, ukhulume usemhlabathini; ukukhuluma kwakho kuyakuthotshiselwa phansi, kuphume othulini, izwi lakho libe njengelonedlozi livela emhlabathini, ukukhuluma kwakho kubethe imilozi othulini.


Ngalokho iNkosi uJehova Sebawoti iyakuthuma ukonda phakathi kwabakhulupheleyo bakhe, nangaphansi kodumo lwakhe kuyakuphembeka ukushisa njengokushisa komlilo.


intukuthelo kaNkulunkulu yabavukela, wabulala abakhulupheleyo babo, wawisa phansi izinsizwa zakwa-Israyeli.


Amehlo abo aphinqekile ngokunona; imicabango yenhliziyo iyachichima.


Abasindisi bayakukhuphukela entabeni yaseSiyoni ukuyakwahlulela intaba yakwa-Esawu, umbuso besewuba ngokaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite