Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngisindise emlonyeni wengonyama; nasezimpondweni zezinyathi uyangizwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ngisindise emlonyeni webhubesi, nasezimpondweni zenyathi; uyangiphendula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngisindise emlonyeni wengonyama, ngokuba ungizwile ezimpondweni zenyathi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:21
12 Referans Kwoze  

kodwa iNkosi yangimela, yangipha amandla ukuba intshumayelo ipheleliswe ngami, nabezizwe bonke bezwe; ngase ngikhululwa emlonyeni wengonyama.


Qondani, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo sifuna esingamgwinya;


UNkulunkulu wabakhipha eGibithe; unjengezimpondo zenyathi kubo.


“Ngokuba ngempela oHerode, noPontiyu Pilatu, kanye nabezizwe, nabantu bakwa-Israyeli bayihlanganyela kulo muzi iNceku yakho engcwele uJesu owamgcobayo


Angisayikukhuluma okuningi nani, ngokuba uyeza umbusi wezwe, kepha akanalutho kimi,


Base bethatha amatshe ukuba bamkhande. Kepha uJesu wasithela, waphuma ethempelini.


Izinyathi ziwa kanye nazo, nezinkunzana kanye nezinkunzi; izwe labo liyakugcwala igazi, nothuli lwabo luyakunona ngamanoni.


Izibulo lenkunzi yakhe liludumo lwakhe, nezimpondo zenyathi ziyizimpondo zakhe; uyakuqhubukusha ngazo izizwe zonke ekugcineni komhlaba; zinjalo izigidi zakwa-Efrayimi, zinjalo izinkulungwane zakwaManase.”


Benginani imihla ngemihla ethempelini, anelulanga zandla kimi; kepha lokhu kuyihora lenu namandla obumnyama.”


Nkosi, lokho uzakukubukela kuze kube nini na? Sindisa umphefumulo wami ekubhubhiseni kwabo, ukuphila kwami ezingonyameni ezingamabhongo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite