Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 21:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba uyakubafulathelisa; ngosinga lomnsalo wakho uyakukhomba ebusweni babo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 ngokuba uyobaciba ngomcibisholo wakho bebuka, bashaye bachithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngakho kumelwe ubafulathele, lapho ulungisa imicibisholo yakho ezintanjeni zakho ngokumelene nobuso babo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 21:12
11 Referans Kwoze  

Wangifulathelisela izitha zami, nabangizondayo ngabaqothula.


Kepha uNkulunkulu uyakubadubula ngomcibisholo; bagwazwe ngokuzunywa.


Wansala umnsalo wakhe, wangimisa ngibe yisigcibisholo somcibisholo.


Khona izitha zami ziyakubuyela emuva mhla ngikhalayo; ngiyakwazi lokhu ukuthi uNkulunkulu unami.


Usihlehlisela emuva esitheni; abasizondayo bayaziphangela.


ngokuba izitha zami zibuyela emuva, ziwa, zibhubha ebusweni bakho,


Noma ngonile, ngenzeni kuwe mlindi wabantu na? Ungimiseleni ngibe yisigcibisholo sakho, ngize ngibe ngumthwalo nakimi, na?


Wathuma imicibisholo yakhe, wabangquzula, nemibani eminingi, wabadidizelisa.


Lulekanani nokululekana, kepha kuyakuchithwa; khulumani izwi, kodwa aliyikuma, ngokuba uNkulunkulu unathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite