Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 21:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Isithelo sabo uyakusichitha emhlabeni kanye nenzalo yabo phakathi kwabantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Uzalo lwabo uyolubhubhisa emhlabeni, nesizukulwane sabo, phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Uzasiqeda izithelo zabo emhlabeni, lenzalo yabo phakathi kwabantwana babantu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 21:10
8 Referans Kwoze  

Ngokuba uJehova uthanda ukulunga, akabashiyi abangcwele bakhe; bayalondolozwa kuze kube phakade, kepha inzalo yababi iyachithwa.


Leyo nto yaba yisono kuyo indlu kaJerobowamu ngangokuba inqunywe, ichithwe ebusweni bomhlaba.


Inzalo yakhe mayinqunywe; igama layo malesulwe esizukulwaneni esilandelayo.


Imfuyo yendlu yakhe iyakumuka, inyamalale ngomuhla wentukuthelo.


“Ngokuba bheka, luyeza usuku, luvutha njengeziko; bonke abaziqhenyayo nabo bonke abenza okubi bayakuba ngamabibi; luyakubashisa lolo suku oluzayo,” usho uJehova Sebawoti, “lungabashiyeli mpande nagatsha.


Awuyikuhlanganiswa nabo ekumbelweni, ngokuba uchithile izwe lakho, wabulala abantu bakho; inzalo yababi ayisayikubizwa ngegama naphakade.


Kodwa umuntu owathintayo wohlonyiswa ngensimbi nangothi lomkhonto, aze ashiswe nokushiswa ngomlilo kuleyo ndawo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite