Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 20:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Makakuthumele usizo lwasendlini engcwele, akusekele ngamandla aseSiyoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Makakuthumelele usizo oluvela endlini engcwele, akweseke eseZiyoni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Uyakuthuma usizo oluvela endlini engcwele, akuqinise kwaseSiyoni;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 20:2
12 Referans Kwoze  

Wakha futhi izingalo ezingamashumi amabili ngaseceleni lendlu lasemuva ngamapulangwe emisedari* kusukela phansi kuze kufike emishayweni, wazakhela phakathi okwaba yigumbi, okuyindawo engcwelengcwele.


Izithunywa zesizwe ziyakuphendulwa ngokuthini na? Ukuthi nguJehova obeke isisekelo eSiyoni; abahluphekayo babantu bakhe bayakuphephela kulo.


Memeza, ujabule wena ohlezi eSiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli phakathi kwakho.”


ngaze ngangena endlini engcwele kaNkulunkulu, ngaqaphelisisa ukugcina kwabo.


Ngezwi lami ngiyakhala kuJehova; yena uyangiphendula esentabeni yakhe engcwele. Sela*


Bawungenisa umphongolo kaJehova, bawubeka endaweni yawo phakathi kwetende uDavide alimisele wona; uDavide wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaJehova.


UDavide wathatha nokho inqaba yaseSiyoni engumuzi kaDavide.


Ngokuba abafo bangivukele; izidlova zifuna umphefumulo wami; azimbekile uNkulunkulu phambi kwazo. Sela*


Igama likaJehova lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite