Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 2:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Nokho ngibekile iNkosi yami eSiyoni, intaba yami engcwele.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 “Mina ngiyibekile inkosi yami, entabeni yami engcwele iZiyoni.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Nokho ngibeke inkosi yami entabeni yami engcwele iZiyoni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 2:6
21 Referans Kwoze  

Ngase ngibona; bheka, iWundlu limi entabeni yaseSiyoni, kumi kanye nalo abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, benegama lalo negama likaYise lilotshwe emabunzini abo.


UJesu wasondela, wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla onke ezulwini nasemhlabeni;


wakubeka konke phansi kwezinyawo zakhe, wammisa abe yinhloko phezu kwakho konke kulo ibandla,


kodwa nize entabeni yaseSiyoni nasemzini kaNkulunkulu ophilayo, iJerusalema lasezulwini, nasezigidigidini zezingelosi,


Isihlalo sakho sobukhosi, Nkulunkulu, singesaphakade naphakade; intonga yobuqotho iyintonga yombuso wakho.


Ngiyakumenza abe yizibulo nophakamileyo kunamakhosi omhlaba.


Kepha yakhetha isizwe sakwaJuda, intaba yaseSiyoni eyithandayo.


ESiyoni eliphelele ebuhleni uNkulunkulu uqhamile ekukhanyeni.


Bheka, ngimnike abe ngufakazi kubantu, umholi nomyali kubantu.


“ ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Nami ngiyakuthatha esihlokweni somsedari* omude, ngisitshale, nginqume emagatsheni amasha aphezulu elithambileyo, ngilitshale entabeni ende ephakemeyo,


“Ezinsukwini zalawo makhosi uNkulunkulu wasezulwini uyakumisa umbuso ongasoze wachithwa nobukhosi bawo bungayikushiyelwa kwabanye abantu, kepha uyakuchoboza, uqede yonke le mibuso, wona uqobo ume phakade.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngiyakubuyela eSiyoni, ngihlale phakathi kweJerusalema; iJerusalema liyakuthiwa uMuzi Weqiniso nentaba kaJehova Sebawoti iNtaba Engcwele.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite