Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 2:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ibisikhuluma kubo ngentukuthelo yayo, ibethuse ngolaka lwayo, ithi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Iyakukhuluma nabo ngentukuthelo yayo, ibafake ingebhe ngolaka lwayo, ithi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Khona-ke uyokhuluma kubo ngentukuthelo yakhe futhi abahluphe ngentukuthelo yakhe enkulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 2:5
15 Referans Kwoze  

Kepha uyakwahlulela abampofu ngokulunga, anqume ngokufaneleyo abathobileyo bomhlaba, awushaye umhlaba ngentonga yomlomo wakhe, abulale ababi ngokuphefumula kwezindebe zakhe.


Emlonyeni wakhe kwaphuma inkemba ebukhali, ukuze ashaye izizwe ngayo; yena uyakuzibusa ngentonga yensimbi; yena uqobo uyanyathela isikhamo sewayini lentukuthelo yolaka lukaNkulunkulu uMninimandla onke.


Uyakubenza babe njengesithando somlilo, nxa ubonakalisa ubuso bakho; uJehova uyakubagwinya ngentukuthelo yakhe, umlilo uyakubaqeda.


Kodwa lezo zitha zami ezazingathandi ukuba ngibuse phezu kwazo, ziletheni lapha, nizibulale phambi kwami.”


Ngentukuthelo enkulu ngiyathukuthelela izizwe ezizinzileyo, ngokuba lapho ngithukuthele kancane nje, zandisa okubi.’


Yizwi lomsindo elivela emzini, yizwi lasethempelini! Yizwi likaJehova ephindisela izenzo zezitha zakhe.


futhi wayephethe izinkanyezi eziyisikhombisa esandleni sakhe sokunene, nasemlonyeni wakhe kwaphuma inkemba ebukhali esika nhlangothi zombili, nobuso bakhe bunjengelanga likhanya ngamandla alo.


Kepha inkosi yathukuthela, yathuma amabutho ayo, yabulala labo babulali, yashisa umuzi wabo.


Lokhu makube ngumvuzo wezitha, uvela kuJehova, nowabakhuluma kabi ngomphefumulo wami.


Ngokuba uJehova uthukuthelela izizwe zonke, ufuthekela yonke impi yazo; uziqalekisile, uzinikele ekubulaweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite