Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 2:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngakho hlakaniphani nina makhosi; yalekani nina bahluleli bomhlaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Ngakho-ke hlakaniphani nina makhosi; niyaleke nina babusi bomhlaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Hlakaniphani manje, nina makhosi, nilaywe nina bahluleli bomhlaba.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 2:10
10 Referans Kwoze  

Ngubani ohlakaniphile, aqonde lezi zinto; ngubani onomqondo, azazi, na? Ngokuba izindlela zikaJehova zilungile; abalungileyo bayakuhamba ngazo, kepha abaphambukayo bayakukhubeka ngazo.


Izizwe ziyakuhamba ekukhanyeni kwakho, namakhosi ekukhazimuleni kokuphuma kwakho.


Indodakazi yaseTire, yebo, nabacebileyo babantu bancenga umusa wakho ngesipho.


Mawuxwayiswe, Jerusalema, funa umphefumulo wami wahlukane nawe, funa ngikwenze incithakalo, izwe elingahlalwa.”


kanjalo iyakwethusa izizwe eziningi; amakhosi ayakuvala imilomo yawo ngenxa yayo, ngokuba lokho angatshelwanga khona ayakukubona, nalokho angakuzwanga ayakukuqonda.


Amakhosi ayakuba ngabazanyana bakho, namakhosikazi awo ayakuba ngabancelisi bakho; bayakukukhothamela ubuso bubheke phansi, bakhothe uthuli lwezinyawo zakho; uyakwazi ukuthi nginguJehova, abethemba kimi abayikujabha.”


Kuyakuthi abangakhuphuki emindenini yomhlaba, baye eJerusalema ukukhuleka eNkosini uJehova Sebawoti, phezu kwabo kungabi yimvula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite