Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 19:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ukuphuma kwalo kusemkhawulweni wezulu; ukuzungeza kwalo kuya ekugcineni kwalo; akukho okufihlelwe ukushisa kwalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Liphuma emikhawulweni yamazulu, lizungeze lize liyozilahla ekugcineni kwayo; akukho lutho olufihlakele ekushiseni kwalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ukuphuma kwalo kusukela emkhawulweni wezulu nokujikeleza kwalo kuya emikhawulweni yalo, futhi akukho okufihlekile ekushiseni kwalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 19:6
7 Referans Kwoze  

Ilanga liyaphuma, ilanga liyashona, lishesha ukuya endaweni yalo lapho liphuma khona.


Amafu ayamsibekela ukuze angaboni; uyahamba esiyingelezini sezulu.’


uma kambe nihlala ekukholweni, nisekeliwe nigxilile, ningagudluzwa ethembeni levangeli enalizwayo, elashunyayelwa kukho konke okudaliweyo okuphansi kwezulu, engenziwa isikhonzi salo mina Pawulu.


Kusukela ekuphumeni kwelanga kuze kube sekushoneni kwalo igama likaJehova malidunyiswe.


Ukhona yini ongabala izimpi zakhe, nokukhanya kwakhe akuphumeli bani na?


Uma ngithabatha amaphiko okusa, ngiye ngihlale emikhawulweni yolwandle,


“Mazibhubhe kanjalo zonke izitha zakho, Jehova; kepha abamthandayo mababe njengelanga, lapho liphuma ngamandla alo.” Izwe selaba nokuthula iminyaka engamashumi amane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite