Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 19:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Lona linjengomyeni ephuma ekamelweni lakhe; lijabulisa okweqhawe ukugijima endleleni yalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 eliphuma kulo njengomyeni ephuma elawini, nanjengendoda enamandla, ligijima endleleni yalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 onjengomyeni ephuma ekamelweni lakhe futhi ejabula njengendoda enamandla ukugijima umncintiswano.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 19:5
8 Referans Kwoze  

Ngokuba njengensizwa iganwa yintombi, kanjalo amadodana akho ayakuganwa nguwe; nanjengokuthokoza komyeni ngomakoti wakhe uNkulunkulu wakho uyakuthokoza ngawe.


Ngiyathokoza nokuthokoza ngoJehova, umphefumulo wami wenama ngoNkulunkulu wami, ngokuba ungembathisile izingubo zensindiso, wangisibekela ngesambatho sokulunga, njengomyeni efaka iqhele ngokompristi, nanjengomakoti ezihlobisa ngezimvunulo zakhe.


Onomlobokazi ungumyeni, kepha umhlobo womyeni omiyo emuzwa uthokoza nokuthokoza ngezwi lomyeni. Le ntokozo yami isiphelele.


Ilanga liyaphuma, ilanga liyashona, lishesha ukuya endaweni yalo lapho liphuma khona.


ukuba ubambe amagumbi omhlaba, ababi bathintithwe kuwo, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite