Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izintambo zasendaweni yabafileyo zangizungeza, izihibe zokufa zangehlela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Izintambo zendawo yabafileyo zangibamba. Izihibe zokufa zangehlela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Izinhlungu zeHayidese zangizungeza, izihibe zokufa zangivimbezela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:5
8 Referans Kwoze  

Ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwami, ukhululile umphefumulo wami endaweni yabafileyo ephansi.


lowo uNkulunkulu wamvusa ethukulula iminjunju yokufa, lokhu kwakungenakwenzeka ukuba abanjwe yikho.


Ngokuba umuntu akasazi isikhathi sakhe; njengezinhlanzi ezibanjwa enetheni elibi nezinyoni ezibanjwa ogibeni, kanjalo amadodana abantu abekelwa isihibe ngesikhathi esibi, lapho siwehlela ngokuzumayo.


Izintambo zokufa zangizungeza, nobuhlungu bendawo yabafileyo bangibamba; ngafumana ukuhlupheka nosizi.


Ngiphendule, Jehova, ngokuba umusa wakho ulungile; uphendukele kimi ngokobubele bakho obukhulu.


amanzi ngabe asewele phezu kwethu, kudlule isikhukhula phezu komphefumulo wethu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite