Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:48 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 ongikhululile ezitheni zami, yebo, ongiphakamisile phezu kwabangivukelayo, wangikhulula kumuntu oyisidlwangudlwangu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

48 UNkulunkulu ungiphindiselele, wenza abantu bazithobe phansi kwami. Wangikhulula kumuntu oyisidlwangudlwangu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Uyangikhulula ezitheni zami, yebo, uyangiphakamisa phezu kwabangivukelayo; Wangikhulula kumcindezeli.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:48
9 Referans Kwoze  

Umuntu wamanga makangamiswa emhlabeni; ububi mabuzingele umuntu oyisidlwangudlwangu, abhujiswe.


Ngilondoloze ezandleni zomubi, ngilinde kumuntu oyisidlwangudlwangu, oceba ukukhuba izinyawo zami.


Ngikhulule, Jehova, kumuntu omubi, ngilondoloze kumuntu oyisidlwangudlwangu.


Nkulunkulu, izideleli zingivukele, ibandla lezidlwangudlwangu lifuna umphefumulo wami; azibekanga wena phambi kwazo.


Ukwelelesa kwakhe kubuyela ekhanda lakhe; ubudlwangudlwangu bakhe behlela okhakhayini lwakhe.


Ngalokho-ke uNkulunkulu wamphakamisa kakhulu, wamnika igama eliphezu kwamagama onke,


Ingalo yakho inobuqhawe, isandla sakho sinamandla, esokunene sakho siphakeme.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite