Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:47 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 uNkulunkulu onginikile impindiselo, wathobisa izizwe phansi kwami;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

47 UNkulunkulu owangiphindiselela, wenza izizwe zakhonza phansi kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

47 NguNkulunkulu ongiphindiselayo, othobisa abantu phansi kwami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:47
7 Referans Kwoze  

Wathobisa abantu phansi kwethu, nezizwe phansi kwezinyawo zethu.


ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi.


UJehova unguNkulunkulu oshisekelayo nophindiselayo; uJehova uyaphindisela, ugcwele ukufutheka; uJehova uphindisela kwabamelene naye, ugcinela izitha zakhe intukuthelo.


umusa wami nenqaba yami, umbhoshongo wami ophakemeyo nomkhululi wami, isihlangu sami, nengiphephela kuye, nothobisa abantu bami phansi kwami.


uNkulunkulu onginikile impindiselo, wathobisa izizwe phansi kwami;


Ngeyami impindiselo nembuyiselo ngesikhathi sokushelela konyawo lwabo, ngokuba usuku lwabo lwengozi selusondele, izinto abazilungiselweyo ziyakuphuthuma.


Wozani simhubele uJehova, sihlabelele ngenjabulo kulo idwala lensindiso yethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite