Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Banele ukungizwa nje ngendlebe, base bengilalela; abafo bazithoba phansi kwami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Banele ukungizwa nje, bangilalela; abantwana babafokazi bayathoba phansi kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Ngokushesha nje lapho bezwa ngaMi, bayongilalela; abafokazi bazozithoba Kimi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:44
9 Referans Kwoze  

Abazondi bakaJehova bebeyakuzithobela kuye, kepha isikhathi sabantu bami besiyakuba khona kuze kube phakade.


Yishoni kuNkulunkulu, nithi: “Yeka ukwesabeka kwemisebenzi yakho. Ngenxa yobukhulu bamandla akho izitha zakho ziyakuzithoba phansi kwakho.


Ubusisiwe wena Israyeli; ngubani ofana nawe, isizwe esisindisiwe nguJehova oyisihlangu sosizo lwakho, oyinkemba yakho ephakanyisiweyo. Izitha zakho ziyakuzithobela wena, unyathele izindawo zabo eziphakemeyo.”


lokhu ningenisile abezizwe abangasokile ngenhliziyo nabangasokile ngenyama ukuba babe sendlini yami engcwele, bayingcolise indlu yami, lapho ninikela ngesinkwa sami, nangamanoni, nangegazi, naphula isivumelwano sami ngazo zonke izinengiso zenu.


UJehova ufungile ngesandla sakhe sokunene nangengalo yamandla akhe, wathi: “Impela angisayikuzinika izitha zakho amabele akho abe ngukudla kwazo; abezizwe abayikuliphuza iwayini lakho olikhandlekeleyo,


Zikhuze izilwane zasemhlangeni, umhlambi wezinkunzi kanye namankonyane abantu, azithobise phansi ngezinqamu zesiliva; uyazihlakaza izizwe ezithanda ukulwa.


Wathi uDavide kuyo insizwa eyayimtshelile: “Ungowaphi na?” Wathi: “Ngiyindodana yomuntu ogogobele nje, umAmaleki.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite