Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Wena ungibhincisa amandla ukuze ngimelane nempi, abangivukelayo ubenze bangikhothamela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Wangibhincisa amandla okulwa; Abangivukelayo wababeka phansi kwami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:39
13 Referans Kwoze  

uNkulunkulu ongibhincisa amandla, owenza indlela yami ilunge;


wakubeka konke phansi kwezinyawo zakhe, wammisa abe yinhloko phezu kwakho konke kulo ibandla,


Ozonda mina uzonda noBaba.


Abasixoshayo basezintayeni zethu; sikhathele, asinakuphumula.


Usho kanje uJehova, uthi: “Okukhandlekelweyo kwaseGibithe nokuzuziweyo kwaseKushe, nangamaSheba, abantu abade, kuyakungena kuwe, kube ngokwakho; bayakukulandela, bafike beboshwe ngamaketanga, bakhothamele kuwe, bakhuleke kuwe, bathi: ‘UNkulunkulu ukuwe kuphela, akakho omunye, akakho ngaphandle kukaNkulunkulu.’ ”


Ongangifumani uyona umphefumulo wakhe; bonke abangizondayo bathanda ukufa.”


Okubi kuyakumbulala omubi; abazonda olungileyo bayakulahlwa ngecala.


“UJehova uNkulunkulu wenu akanani na? Akaniphanga ukuphumula nxazonke na? Ngokuba unikele esandleni sami abakhileyo ezweni; izwe linyatheliwe phambi kukaJehova naphambi kwabantu bakhe.


oyakuguqula isimo somzimba wethu wokuthotshiswa, ufane nomzimba wakhe wenkazimulo, ngamandla angazihlelela ngawo konke phansi kwakhe.


Yishoni kuNkulunkulu, nithi: “Yeka ukwesabeka kwemisebenzi yakho. Ngenxa yobukhulu bamandla akho izitha zakho ziyakuzithoba phansi kwakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite