Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ngangiphelele kuye; ngabuxwaya ububi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Ngangingenasici phambi kwakhe, ngaziqhelelanisa nesono.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngangiqotho phambi kwakhe, ngazilinda ebubini bami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:23
9 Referans Kwoze  

Deda kokubi, wenze okuhle, uyakuhlala kuze kube phakade.


Uyalinga inhliziyo yami; ungihambele ebusuku, uyangihlolisisa, awufumani lutho; ngiyahlosa ukuba umlomo wami ungaphambuki.


Ngokuba uJehova ulungile, uyathanda ukulunga; oqotho uyakubheka ubuso bakhe.


Ngiyazi, Nkulunkulu wami, ukuthi uhlola inhliziyo, uthanda ubuqotho. Mina-ke ngobuqotho benhliziyo yami nginikele ngokuthokoza zonke lezi zinto, futhi sengibonile ngokujabula abantu bakho abakhona lapha ukuthi nabo banikele kuwe ngokuthokoza.


UJehova uyakuphindisela, kube yilowo nalowo ngokulunga kwakhe nangokuthembeka kwakhe, lokhu uJehova ekunikele esandleni sami namuhla, angavuma ukwelulela isandla sami kogcotshiweyo kaJehova.


Ngikhethile indlela yeqiniso; izahlulelo zakho ngizibekile phambi kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite