Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 USimakade welule isandla sakhe esezulwini, wangixhakathisa, wangidonsa, engikhipha ezikhukhuleni ezesabekayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wathumela esezulwini, wangibamba, wangikhipha emanzini amaningi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:16
10 Referans Kwoze  

Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.


Yelula isandla sakho phezulu, ungikhulule, ungophule emanzini amakhulu nasesandleni sabafokazi


Uyakuthumela esezulwini, angisindise mhla ofuna ukungigwinya ekloloda. Sela* UNkulunkulu uyakuthuma umusa wakhe neqiniso lakhe.


Wangikhulula ezimpini zabantu; wangimisa ngaba yinhloko yabezizwe; abantu engingabaziyo bangikhonza.


Umfana wakhula, wayiswa kuyo indodakazi kaFaro, waba yindodana yayo. Yamqamba igama lokuthi uMose, ithi: “Ngokuba ngamkhipha emanzini.”


Yayisithi kimi: “Amanzi owabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, angabantu, nezixuku, nezizwe, nezilimi.


Ngakho-ke yilowo nalowo olungileyo makakhuleke kuwe ngesikhathi sokukufumana; impela kuyakuthi lapho amanzi amakhulu ekhukhula, angafinyeleli kuye.


Uyakhuza ulwandle, alomise, ashise nemifula yonke; iBashani liyawuma kanye neKarmeli, nezimbali zaseLebanoni ziyabuna.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite