Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ubumnyama wabenza isisibekelo, idokodo lakhe elimphahlayo; amanzi amnyama, amafu anzima.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Uzisonge ngobumnyama, wazemboza ngemvula yamafu amnyama bhuqe!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wenza ubumnyama baba yindawo yakhe yokucasha; idokodo lakhe lalimzungezile, amanzi amnyama namafu ezulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:11
8 Referans Kwoze  

Amafu nobumnyama kuyamphahla; ukulunga nokwahlulela kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi.


Nase nisondela, nema phansi kwentaba; intaba yavutha umlilo kwaze kwaba phakathi kwezulu, inobumnyama, namafu, nesigayegaye.


usuku lobumnyama nolwesigayegaye, usuku lwamafu nolobumnyama obukhulu, njengokusa kwenekwe ezintabeni, abantu abaningi abanamandla abangazange babe ngabanjalo kwasendulo, nabangasoze baba ngabanjalo emva kwabo kuze kube naseminyakeni yezizukulwane ngezizukulwane.


Yena owakhile ekusithekeni koPhezukonke nohlezi emthunzini kaSomandla


Wakhuleka usosizini, ngakukhulula; ngakuphendula ngisekusithekeni kokuduma, ngakuvivinya ngasemanzini aseMeriba. Sela*


Ngokuba uyangithukusa edokodweni lakhe ngosuku lokuhlupheka, angicashise ekusithekeni kwetende lakhe, angiphakamisele edwaleni.


obeka imishayo yezindlu zakhe emanzini, owenza amafu abe yinqola yakhe, ohamba ngamaphiko omoya;


Inkazimulo kaJehova yaphuma phezu kombundu wendlu, yema phezu kwamakherubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite