Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngiyakuthanda, Jehova, mandla ami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngiyakuthanda, Simakade, ongamandla ami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela, iHubo likaDavide, inceku kaJehova, owakhuluma amazwi alelihubo kuJehova mhla uJehova emophula esandleni sezitha zakhe zonke nasesandleni sikaSawule: Wathi: Ngizakukuthanda, Jehova, mandla ami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:1
18 Referans Kwoze  

niqiniswe nokuqiniswa konke ngokwamandla enkazimulo yakhe, kuze kube ngukubekezela konke nokubheka kade ngokujabula;


Thina siyathanda, ngokuba yena wasithanda kuqala.


Nginamandla ukwenza konke ngaye ongiqinisayo.


Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke.


UJehova ungamandla ami nesihlabelelo sami, waba yinsindiso yami.


Ngiyinceku yakho impela, Jehova; ngiyinceku yakho, indodana yencekukazi yakho; uthukululile izintambo zami.


Inkulumo yesiphambeko komubi, isekujuleni kwenhliziyo yami, ithi: Akukho ukumesaba uNkulunkulu phambi kwamehlo akhe.


uNkulunkulu ongibhincisa amandla, owenza indlela yami ilunge;


“Ngokuba uDavide esekhonzile icebo likaNkulunkulu esizukulwaneni sakhe, walala ubuthongo, wabekwa koyise, wabona ukubola.


UMose kambe wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, kuze kube ngubufakazi balokho obekuzakukhulunywa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite