Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 148:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Mdumiseni uJehova emhlabeni nina mikhomo nezintwa zonke,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Mdumiseni uSimakade emhlabeni nina mikhomo nezintwa zonke,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Dumisani uJehova emhlabeni, nina Dragons nakuwo wonke utwa!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 148:7
9 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wadala imikhomo emikhulu nezilwane zonke eziphilayo ezihambayo, amanzi agcwala zona ngezinhlobo zazo, nezinyoni zonke ezinamaphiko ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


Izilwane zasendle ziyakungidumisa, amakhanka nezintshe, ngokuba ngiveza amanzi ehlane nemifula kwahlongasibi ukuphuzisa abantu bami abakhethiweyo,


Ngalolo suku uJehova uyakuhambela ngenkemba yakhe elukhuni enkulu nenamandla uLeviyathani,* inyoka esheshayo, uLeviyathani, inyoka ethandelayo, abulale udrako* oselwandle.


Wahamba, wafumana isidumbu sakhe sintshingwe endleleni, imbongolo nengonyama zimi eceleni kwesidumbu; ingonyama ayidlanga isidumbu, ayidwengulanga nembongolo.


Jehova, yeka ubuningi bemisebenzi yakho; yonke uyenzile ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele izidalwa zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite