Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 147:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Haleluya! Ngokuba kuhle ukuhlabelela kuNkulunkulu wethu, yebo, kumnandi; ukudumisa kufanele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Haleluya! Kumnandi kakhulu ukuhlabelelela uNkulunkulu wethu, ngokuba unomusa, indumiso imfanele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Dumisani uJehova, ngokuba kuhle ukuhlabelela inkazimulo kaNkulunkulu wethu; ngoba kumnandi; nokudumisa kuthandeka.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 147:1
10 Referans Kwoze  

Dumisani uJehova, ngokuba uJehova muhle; hubelani igama lakhe, ngokuba limnandi.


Yethabani kuJehova nina balungileyo; ukudumisa kubafanele abaqotho.


Kuhle ukumbonga uJehova nokuhubela igama lakho wena oPhezukonke;


Ngiyakukhumbula lokhu, ngithulule umphefumulo wami phakathi kwami, njengalokho ngangihamba esixukwini ngiya naso endlini kaNkulunkulu ngenhlokomo yokwethaba nokubonga, ibandla ligubha umkhosi.


Abaningi babapristi namaLevi, nezinhloko zawoyise, abadala ababeyibonile indlu yokuqala, bakhala ngezwi elikhulu ekubekweni kwesisekelo saleyo ndlu phambi kwamehlo abo; abaningi bakhamuluka ngentokozo,


ukushumayela umusa wakho ekuseni nokuthembeka kwakho ebusuku,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite