Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 145:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJehova muhle kubo bonke; uyayihawukela imisebenzi yakhe yonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 USimakade muhle kubo bonke, uyayihawukela imisebenzi yakhe yonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJehova muhle kubo bonke, umusa wakhe uphezu kwayo yonke imisebenzi yakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 145:9
12 Referans Kwoze  

UJehova muhle, uyinqaba ngosuku lwenhlupheko, uyabazi abaphephela kuye.


Ngokuba muhle uJehova; umusa wakhe umi phakade, nokuthembeka kwakhe ezizukulwaneni ngezizukulwane.


ukuba nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini; ngokuba yena uphumisa ilanga lakhe phezu kwababi nabahle, anise imvula phezu kwabalungileyo nabangalungile.


futhi akakhonzwa ngezandla zabantu ngokungathi udinga utho, yena obapha bonke ukuphila nokuphefumula nakho konke;


mina-ke bengingayikulihawukela iNineve, umuzi omkhulu, okukuwo abantu abangaphezu kwezinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili abangakwazi ukwahlukanisa isandla sokunene nesokhohlo, kanye nezinkomo eziningi, na?”


Zonke lezi zidalwa zibheka wena, ukuze uzinike ukudla kwazo ngesikhathi esiyiso.


Nokho akayekanga ukuzifakazela ngokwenza okuhle, waninika imvula yasezulwini nezikhathi zenala, egcwalisa izinhliziyo zenu ngokuhle nangokujabula.”


UJehova muhle, ulungile; ngalokho ufundisa izoni indlela.


nezilwane zonke eziphilayo ezinani, izinyoni, nezinkomo, nezilo zomhlaba ezinani, zonke eziphume emkhunjini, yebo, zonke izilwane zasemhlabeni.


Ngokuba wena, Nkosi, umuhle, ungothethelelayo, unomusa omkhulu kubo bonke abakhala kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite