Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 145:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Isizukulwane siyakubabaza kwesinye imisebenzi yakho, simemezele izenzo zakho zamandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Isizukulwane siyakuyibabaza kwesinye imisebenzi yakho, simemezele izenzo zakho zamandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Isizukulwane siyakuncoma kwesinye isenzo sakho, simemezele izenzo zakho zamandla.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 145:4
11 Referans Kwoze  

Futhi mawungangishiyi, nxa ngimdala, ngiyimpunga, ngize ngishumayele ingalo yakho kuso isizukulwane, amandla akho kubo bonke abezayo.


Abaphilayo, abaphilayo bayakubonga njengami namuhla; uyise uyabazisa abantwana ukuthembeka kwakho.


ubafundise impela wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.


usuku owema ngalo phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho eHorebe, lapho uJehova wathi kimi: ‘Ngibuthele abantu, ngibezwise amazwi ami ukuba bafunde ukungesaba zonke izinsuku zokuhamba kwabo emhlabeni, bafundise nabantwana babo.’


zikhunjulwe lezo zinsuku, zigcinwe ezizukulwaneni ngezizukulwane, emindenini ngemindeni, ezifundeni ngezifunda, emizini ngemizi, lezo zinsuku zePhurimi, zingaphuthi phakathi kwabaJuda, nesikhumbuzo sazo singapheli enzalweni yabo.


bona abayikukufundisa yini, bakutshele, bakhiphe amazwi ezinhliziyweni zabo, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite