Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 145:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngenkazimulo yombuso wakho bayakukhuluma, bashumayele ngamandla akho

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Bayokhuluma ngenkazimulo yombuso wakho,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Bayakukhuluma ngenkazimulo yombuso wakho, bakhulume ngamandla akho;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 145:11
18 Referans Kwoze  

ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi; ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.’


Thokoza kakhulu, ndodakazi yaseSiyoni; jabula nokujabula, ndodakazi yaseJerusalema; bheka, iNkosi yakho iza kuwe, ilungile, inensindiso, ithobekile, ikhwele imbongolo, ithole, inkonyane yembongolokazi.


Inyanga ekhazimulayo isiyakuyangaza, nelanga elinkemuzelayo liyakujabha, ngokuba uJehova Sebawoti uyakuba yinkosi entabeni yaseSiyoni naseJerusalema, abe yinkazimulo phambi kwamalunga akhe.


Thanini phakathi kwabezizwe: “UJehova uyinkosi,” izwe lihlala liqinile, lingenakushukunyiswa; uthetha amacala ezizwe ngobuqotho.


Kuyakuvela ihlumela esiqwini sikaJese, kuphume igatsha ezimpandeni zakhe.


Kuyakuthi ngalolo suku impande kaJese ime iyibhanela* lezizwe; abezizwe bayakuyifuna, nendawo yayo iyakuba nodumo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite