Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 144:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 abamlomo wabo ukhuluma inkohliso, nesandla sabo sokunene singesokunene samanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 abamlomo wabo ukhuluma inkohliso, nesandla sabo sokunene singesokunene samanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 abamlomo wabo ukhuluma okuyize, lesandla sabo sokunene singesokunene samanga.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 144:8
13 Referans Kwoze  

Bakhuluma amanga, kwaba yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo bakhuluma nganhliziyombili.


Udla umlotha; inhliziyo ekhohlisiweyo imdukisile; akanakophula umphefumulo wakhe nokuba athi: “Akukho yini amanga kwesokunene sami na?”


Nalapho kuza ozongibona, ukhuluma amanga; inhliziyo yakhe izibuthela ukonakala, abesephuma akhulume ngakho.


Yebo, bathunga icebo lokumwisa ekuphakameni kwakhe, bathanda amanga; bayabusisa ngomlomo wabo, kepha ezibilinini zabo bayaqalekisa. Sela*


Noma isandla sakho sokunene sikukhubekisa, sinqume, usilahle; ngokuba kungcono kuwe ukuba kubhubhe sibe sinye ezithweni zakho kunokuba wonke umzimba wakho uphonswe esihogweni.


Ngalokho waphakamisa isandla sakhe ngakubo ukuba abawise ehlane,


Ababi bahlubuka kwasesizalweni, abaqamba amanga baduka kwasesiswini.


Umlomo wakhe ugcwele isiqalekiso nenkohliso nobudlova; ngaphansi kolimi lwakhe kukhona ukwelelesa nokonakala.


Ngokuba ngiyaphakamisela isandla sami ezulwini, ngithi: Mina ngiyaphila kuze kube phakade:


Kepha u-Abrama wathi enkosini yaseSodoma: “Ngiyaphakamisela isandla sami kuJehova, uNkulunkulu oPhezukonke, umdali wezulu nomhlaba,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite