Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 144:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Yelula isandla sakho phezulu, ungikhulule, ungophule emanzini amakhulu nasesandleni sabafokazi

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Yelulela isandla sakho phezulu, ungikhulule, ungihlenge emanzini amaningi, nasesandleni sabafokazi

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Yelula isandla sakho uvela phezulu; ngikhulule, ungisindise emanzini amakhulu, esandleni sabantwana abezizwe;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 144:7
15 Referans Kwoze  

Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.


Yayisithi kimi: “Amanzi owabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, angabantu, nezixuku, nezizwe, nezilimi.


Ngokuba abafo bangivukele; izidlova zifuna umphefumulo wami; azimbekile uNkulunkulu phambi kwazo. Sela*


Banele ukungizwa nje ngendlebe, base bengilalela; abafo bazithoba phansi kwami.


Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.


Wethembile uNkulunkulu; makamkhulule manje, uma emthanda, ngokuba wathi: ‘NgiyiNdodana kaNkulunkulu.’ ”


“UJuda ukhohlisile, isinengiso senziwe kwa-Israyeli naseJerusalema, ngokuba uJuda uyingcolisile indlu engcwele kaJehova ayithandayo, waganwa yindodakazi kankulunkulu wabezizwe.


Ngikhulule, ungophule esandleni sabafokazi abamlomo wabo ukhuluma inkohliso, nesandla sabo sokunene singesokunene samanga.


Inzalo ka-Israyeli yayizahlukanisa nabezizwe bonke, yayimi ivuma izono zayo nokona kwawoyise.


Wangophula esitheni sami esinamandla nakubo abangizondayo, ngokuba base bengahlulile.


amanzi ngabe asewele phezu kwethu, kudlule isikhukhula phezu komphefumulo wethu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite