Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 144:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Makabongwe uJehova, idwala lami, ofundisa izandla zami ukuhlasela neminwe yami ukulwa,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Makabongwe uSimakade, idwala lami, ofundisa izandla zami ukuhlasela, neminwe yami, ukulwa,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide. Makabongwe uJehova, mandla ami, ofundisa izandla zami ukulwa neminwe yami ukulwa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 144:1
16 Referans Kwoze  

ofundisa izandla zami ukulwa, ukuze izingalo zami zinsale umnsalo wethusi.


Jehova uyidwala lami, nenqaba yami, nomkhululi wami; uNkulunkulu wami uyidwala lami engiphephela kulo, nesihlangu sami, nophondo lokusindiswa kwami, inqaba yami ephakemeyo.


ofundisa izandla zami ukulwa, ukuze izingalo zami zinsale umnsalo wethusi.


ngokuba izikhali zethu zokulwa kasizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, sichitha izizindlo,


Kuyakuthiwa: ‘KuJehova kuphela nginokulunga namandla.’ ” Bayakufika kuye, bajabhe bonke abamvuthelayo.


NgoNkulunkulu siyakwenza izenzo zamandla; yena uyakunyathela phansi izitha zethu.


Ngokuba ngubani onguNkulunkulu ngaphandle kukaJehova, ngubani oyidwala ngaphandle kukaNkulunkulu wethu na?


Wozani simhubele uJehova, sihlabelele ngenjabulo kulo idwala lensindiso yethu.


Yiba kimi idwala lokuhlala, ukuze ngiye kulo njalonjalo; ukuyalezile ukusindiswa kwami, ngokuba uyidwala lami nenqaba yami.


Thembani kuJehova kuze kube phakade, ngokuba uJehova, yebo, uJehova uyidwala elingunaphakade.


Wathi enkosini yakwa-Israyeli: “Beka isandla sakho emnsalweni.” Yabeka-ke isandla sayo. U-Elisha wabeka izandla zakhe phezu kwezandla zenkosi.


Ngiyamemeza kuJehova odumisekayo, ngisindiswe ezitheni zami.


Wena unginikile isihlangu sensindiso yakho, isandla sakho sokunene singisekele, nobumnene bakho bungikhulisile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite