Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 143:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngikhulule ezitheni zami; Jehova, ngicashe kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ngihlenge ezitheni zami, Simakade, ngicashe kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Jehova, ngikhulule ezitheni zami; ngibalekela Kuwe ukuze ngicashe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 143:9
10 Referans Kwoze  

Igama likaJehova lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.


Ngikhala kuwe Jehova, ngithi: “Wena uyisiphephelo sami nesabelo sami ezweni labaphilayo.”


Ngikhulule ezitheni zami, Nkulunkulu wami, ngivikele kwabangivukelayo;


Khona izitha zami ziyakubuyela emuva mhla ngikhalayo; ngiyakwazi lokhu ukuthi uNkulunkulu unami.


Izikhathi zami zisesandleni sakho; ngikhulule esandleni sezitha zami nakwabangizingelayo.


ukuze ngezinto ezimbili ezingeguquleke, uNkulunkulu angeqambe amanga ngazo, sibe nenduduzo enamandla thina esibalekele ekulibambeni ithemba esilimiselweyo,


Ngizakukhala kuNkulunkulu oPhezukonke, kuNkulunkulu ongifezelayo.


Khipha umphefumulo wami etilongweni ukuba ngibonge igama lakho; abalungileyo bayakungizungeza, ngokuba uyakungiphatha kahle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite