Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 141:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Jehova, ngiyakhala kuwe, ngiphuthume; lalela izwi lami, nxa ngikhuleka kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Simakade, ngikhala kuwe, phuthuma uze kimi, lalela izwi lami lapho ngikhuleka kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide. Jehova, ngikhala kuwe; sheshani emva kwami; lalela izwi lami lapho ngikhala kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 141:1
10 Referans Kwoze  

Ngokuba mina ngihluphekile, ngimpofu; Nkulunkulu, ngiphuthumele. Wena uyinsizakalo yami nomkhululi wami; Jehova, ungalibali.


Nkulunkulu, ungabi kude nami; Nkulunkulu, phuthuma ungisize.


Shesha ungiphendule, Jehova; umoya wami uyaphela; ungangifihleli ubuso bakho, funa ngifane nabashona egodini.


Makuthandeke kuwe Jehova ukuba ungikhulule; Jehova, mawuphuthume ungisize.


Kepha wena Jehova mawungabi kude, wena mandla ami, shesha ungisize.


Jehova, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe ekuncengeni kwami; ungiphendule ngokuthembeka kwakho nokulunga kwakho.


Awuthetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami, na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini; uyakungifunisisa, kepha angiyikubakho.”


Yizwa izwi lokunxusa kwami, nxa ngikhala kuwe, ngiphakamisela izandla zami endaweni yakho engcwelengcwele.


Mabajabhe, bayangaze abafuna umphefumulo wami. Mababuyiselwe emuva, bajabhiswe abangifisela umonakalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite