Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 139:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ukwazi okunjalo kuyangimangalisa; kuphakeme, anginakufinyelela kukho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ukwazi okunjalo kuyangimangalisa, kuphakeme, anginakufinyelela kukho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ulwazi olunjalo luyangimangalisa; iphakeme, angikwazi ukuyifinyelela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 139:6
8 Referans Kwoze  

Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izahlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!


Ngubani ositheza iziluleko engenakwazi na? Ngikhulumile lokho ngingakuqondanga, izimangaliso ezinkulu kunami ebengingazazi.


Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe; uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.


Bheka, lokhu kungamaphethelo nje ezindlela zakhe, izwi lokunyenyeza nje elizwakalayo ngaye; indumo yamandla akhe, ngubani obeyakuyiqonda na?”


Koze kube nini, Jehova, ungikhohlwa njalonjalo na? Koze kube nini usitheza ubuso bakho kimi na?


“Kukhona izinto ezintathu ezingahlula ngokumangalisa, yebo, ezine engingazaziyo:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite