Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 139:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba alikho izwi olimini lwami, Jehova, ongalaziyo ngokupheleleyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngaphambi kokuba ngiphimise izwi ngomlomo wami, Wena Simakade usuke usukwazi konke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba alikho izwi olimini lwami, kepha bheka, Jehova, wena ulazi lonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 139:4
13 Referans Kwoze  

Amazwi omlomo wami nokuzindla kwenhliziyo yami makuthandeke ebusweni bakho, Jehova, dwala lami nomhlengi wami.


Ngubani ositheza iziluleko engenakwazi na? Ngikhulumile lokho ngingakuqondanga, izimangaliso ezinkulu kunami ebengingazazi.


Uma umuntu esho ukuthi uyikholwa, engabophi ulimi lwakhe kungathi ngetomu kodwa ekhohlisa inhliziyo yakhe, ukukhonza kwalowo kuyize.


ngokuba benzile ubuwula kwa-Israyeli, baphinga nabafazi babakhelwane babo, bakhuluma amazwi amanga egameni lami engingabayalanga ngawo; yimi engikwaziyo, ngingufakazi,” usho uJehova.


“Koze kube nini ukhuluma lezi zinto, amazwi akho abe ngumoya onamandla, na?


“Ngubani lo owenza mnyama isiluleko ngamazwi angenalwazi na?


Kuyakuthi ngaleso sikhathi ngicwaninge iJerusalema ngezibani, ngihambele abantu abajiyile enhleseni yabo, abathi ezinhliziyweni zabo: UJehova akenzi okuhle, akenzi nokubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite